Uhlelo lomhlalaphansi lwamabhodwe amabili seluqalile ukusebenza. Kungenzeka ukuthi unemibuzo eminingi. Le vidiyo iphendula imibuzo eminingi esemqoka yamalungu esikhwama somhlalaphansi mayelana nenguquko elethwa uhlelo lomhlalaphansi lwamabhodwe amabili.
Uma ufuna ukuthola ulwazi olujulile, vakashela u-Atleha-edu’s Two-pot resource archive noma ubheke uhlelo lwe-ASISA Foundation’s WageWise programme olubhekiswe ikakhulukazi kumalungu esikhwama somhlalaphansi.
Ulwazi oluhlinzekwe kule vidiyo belushaya emhloleni futhi lunembile ngesikhathi sokukhishwa kwalo, kodwa-ke kungenzeka zibe khona izinguquko nezibuyekezo ezenzeka ohlelweni olusha. Ukuze uthole ulwazi oluthembekile nolwakamuva olusesimweni samanje maqondana nohlelo lomhlalaphansi lwamabhodwe amabili, sicela uvakashele:
ASISA Foundation Retirement Fund Trustee Education
ASISA Foundation WageWise Programme
Atleha-edu: Two-pot
Financial Sector Conduct Authority (FSCA)
Smart About Money
Funded by